Udinga umshini wokusway’pha? Qala Nge-Yoco!

Kulula ukuthola imishini wethu wekhadi oqala ku-R499 kanye kuphela. Awekho ama-contracts nezindleko zenyanga zonke, udinga i-ID ne-akhawunti yasebhange.

Path

Why Yoco?

Azikho izindleko zenyanga

Zitholele owakho umshini wokusway'pha onama-transaction fees aphansi.

Ukusway’pha kuphephile kuno-cash

Musa ukugcina inani elikhulu lemali. Thola umshini wokusway'pha, uhlale uphephile.

Abathengisi abangu-140 000

iYoco ithenjwa osomabhizinisi ofana njengawe e-South Africa.

Imishini yethu yokuswayipha

Yakhelwe amabhizinisi asandukuqala. Xhuma ku-smartphone yakho bese wamukele izinkokhelo zekhadi.

  • Iyashesha, ilula futhi incane.
  • Ixhuma kunoma iyiphi i-smartphone nge-Bluetooth.
  • Iza ne-Yoco App ukuze ukwazi ukukhokhelwa.
Learn more

Ayikho i-Bluetooth, i-WiFi noma i-smartphone edingekayo ukwamukela ukukhokha kwamakhadi.

  • Ikhanyise bese uyakhokhelwa. Kulula.
  • I-3G SIM card yamahhala enedatha engapheli.
  • Umlando wokuthengisa wa-48 hours utholakala kalula.
Learn more

Imali wokubala

Ngabe uzocubungula malini i-Yoco yakho ngenyanga?

MONTHLY AMOUNT

R5,000

YOU'LL PAY

R0.00(ex. VAT)

We only take money,

when you make money.

YOUR RATE

2.95%(ex. VAT)

The more you grow,

the lower the fees go.

99% abathengisi bamukelwe

Nakhu ozokudinga uku-oda i-Yoco yakho ngemizuzu ewu-5

1. Imininingwane ye-akhawunti yakho yasebhange

2. Ikhophi ye-ID yakho

3. Ikheli lakho lokulethwa

Ufuna ukuthenga esitolo?

Vakashela abalingani bethu bezitolo ukuze uthole umshini we-Yoco mathupha.

01

Ngiwuthengaphi umshini wokuswayipha weYoco?

Chofoza lana uku-oda iYoco yakho. Sizoyiletha mahhala noma yikuphi eNingizimu Afrika kungakapheli izinsuku ezi-3 zebhizinisi. Uma ukhetha ukuthenga esitolo, ungathenga iYoco kunoma yisiphi isitolo se-Hi, i-Incredible Connection noma iCellucity.

02

Ngabe imali engiyikhokhayo yehla ngempela njengoba ubukhulu bokuthengiselana kunyuka?

Yebo, ngemuva kwezinyanga ezi-3 zokusebenzisa izinkokhelo ze-Yoco, sehlisa ngokuzenzakalela izimali ezikhokhiswayo ngokususelwa kumavolumu wakho wokuthengiselana wakamuva. Futhi, uma izinkokhelo zakho zehla, aziphinde zikhuphuke.

03

Kungani kufanele ngidownlode iYoco App?

iApp yilapho ufinyelela khona wonke amathuluzi wethu wokukhokha futhi neYoco Link. Dala ukuthengisa, phatha kahle imikhiqizo, ulandele iphafomensi yebhizinisi nokuningi kusuka efonini yakho.

04

Kuthatha isikhathi esingakanani ukuthi imali evela ku-akhawunti yami emva kokuthengisa?

Ezinsukwini ezimbili zebhizinisi ungakwazi ukubona umlando wakho wokuthengisa kuYoco App.

Yoco Card Machines and Online Payments

Quiz Question 1

Want to sell in person, online or both?

In person

Online

Both